Hawu lolo suku ! Ngokuba us uku lukaJehova lusondele , lufika njengokuchitha kuvela kuSomandla.
Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla; ngifuna ukuphikisana noNkulunkulu.
ngokuba waselulela isandla sakhe kuNkulunkulu, wazigabisa kuSomandla.
Kuyintokozo yini kuSomandla , uma ulungile, kuyinzuzo kuye, uma wenza izindlela zakho ziphelele, na?
Uma ubuyela kuSomandla , uyakwakhiwa, uma udedisa okubi kude etendeni lakho,
Lokhu kuyisabelo somuntu omubi kuNkulunkulu, nefa lezidlwangudlwangu ezilamukela kuSomandla.
Klewulani, ngokuba usuku lukaJehova lusondele ; njengencithakalo evela kuSomandla luyafika.