Wayetuseka kunabangamashumi amathathu , kepha akafinyelelanga kwabathathu bokuqala. UDavide wambeka phezu kwabalindi bakhe.
abesithathu babe sesangweni laseSuri , abesithathu babe sesangweni emva kwabalindi, niyilinde nokuyilinda indlu, nidedelane.
U-Athaliya esezwa ukumemeza kwabalindi nokwabantu waya kubantu endlini kaJehova,
Bheka, wayetusekile kunabangamashumi amathathu, kepha akafinyelelanga kwabathathu bokuqala; uDavide wambeka phezu kwabalindi bakhe.