"kwabanenyanga"
8 occurrences in ZUL
Bala abantwana bakwaLevi ngezindlu zawoyise nangemindeni yabo ; uyakubala bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu.
Labo ababalwayo kubo njengokomumo wabesilisa bonke kusukela kwabanenyanga kuya phezulu , ababalwayo kubo babe yizinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu ayisihlanu.
Njengokomumo wabo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu ayisithupha, begcina inkonzo yendlu engcwele.
Labo ababalwayo kubo n jengokomumo wabesilisa bonke kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisithupha namakhulu amabili.
Bonke ababalwayo bamaLevi ababalwa nguMose nangu -Aroni ngesiyalezo sikaJehova ngemindeni yabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.
UJehova wathi kuMose : Bala onke amazibulo esilisa aba ntwana bakwa - Israyeli kusukela kwabanenyanga kuya phezulu , ubale umumo wamagama abo.