Phakathi kwabangamashumi amathathu kwakukhona u -Asaheli umfowabo kaJowabe, no-Elihanani indodana kaDodo waseBetlehema,
no-Ishmaya waseGibeyoni, iqhawe phakathi kwabangamashumi amathathu , ebaphethe abangamashumi amathathu , noJeremiya, noJahaziyeli, noJohanani, noJozabadi waseGedera,