Ngokuba ngiyazi ukuthi ungiyisa ekuf eni nasendlini yokubuthana kwabaphilayo bonke.
ukuba abuyise umphefumulo wakhe egodini , akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.
Ngokuba uwukhululile umphefumulo wami ekufen i nezinyawo zami ekuweni, ukuze ngihambe ebusweni bukaNkulunkul u ekukhanyeni kwabaphilayo.
Siphuthaza udonga njengempumputhe , yebo, siphumputha njengabangenamehlo; sikhubeka emini njengasekuhweleleni ; phakathi kwabaphilayo sinjengabafileyo.
Ngokuba umthengisi akayikubuyela kokuthengisiweyo , nakuba esekhona phakathi kwabaphilayo , ngokuba umbono wesixuku sonke awuyikubuya , futhi akuyikubakho muntu ongabambelela ekuphileni ngenxa yobubi bakhe.