Njengomnduze phakathi kwameva , sinjalo isithandwa sami phakathi kwezintombi.
Ngokuba usho kanje uJehova kubantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uthi: Qathani umqatho wenu, ningatshali phakathi kwameva.
Enye yawela phakathi kwameva , kwaze kwathi ameva esemila kanye nayo , ayiminyanisa.
Okuwele phakathi kwameva yilabo abathi sebezwile , bahambe, baminyaniswe ngeminako nengcebo nezinjabulo zokuphila , bangatheli izithelo ezivuthiwe.