Skip to Content

"kwasa"

8 occurrences in ZUL

Wasala yedwa uJakobe; kwabambana naye umuntu, kwaze kwasa.

Kodwa abamlalelanga uMose ; abanye kubo bashiya okunye kwaze kwasa , kwazala izimpethu, kwanuka, uMose waze wabathukuthelela.

Bakubeka kwaze kwasa , njengalokho eyalile uMose ; akunukanga, akwaba nampethu.

Walala ngasezinyaweni zakhe kwaze kwasa, wavuka bengakazani. Ngokuba yathi: Makungaziwa ukuthi owesifazane wafika esibuyeni.

USamuweli walala kwaze kwasa , wavula iminyango yendlu kaJehova . USamuweli wesaba ukumtshela u-Eli umbono.

Bamthatha u -Asaheli, bammbela ethuneni likayise elaliseBethlehema . UJowabe nabantu bakhe bahamba ubusuku bonke, kwasa beseHebroni.

ngokuba ngahlushwa usuku lonke; kwasa ngijeziswa.

esenyukile wahlephula isinkwa , wadla, wakhuluma nabo isikhathi eside kwaze kwasa; wayesemuka-ke.