Skip to Content

"laphaya"

6 occurrences in ZUL

U-Abrahama wathi ezincekwini zakhe : Hlalani lapha nembongolo ; mina nomfana sisaya laphaya, sikhuleke, sibuye size kini.

Yisho ku-Eleyazare indodana ka-Aroni umpristi ukuba akhiphe imicengezi yomlilo ekusheni, wena uwuhlakaze umlilo laphaya, ngokuba ingcwele,

Wathi kuBalaki : Yima lapha ngasemnikelweni wakho wokushiswa , mina ngilinde laphaya.

Abathandekayo bami nabahlobo bam i bemi kude nokuhlupheka kwami ; abakwethu bemi kude laphaya.

Wayesethi kubo : Kungenxa yokukholwa kwenu okuncane . Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Uma ninokukholwa njengembewu yesinaphi, niyakuthi kule ntaba: Suka lapha, uye laphaya, iyakusuka; akukho okuyakunahlula.

Khona uJesu wafika nabo endaweni ethiwa iGetsemane, wathi kubafundi: Hlalani lapha, ngisaya kukhuleka laphaya.