Ukubusa kwakhe kwaqala eBabele , nase-Ereke, nase-Akade, naseKaline, ezweni laseShineyari.
Kwathi ekusukeni kwabo empumalanga bafumana ithafa ez weni laseShineyari; bakha khona.
Yathi k imi: Ukulakhela indlu ezweni laseShineyari ; isilungisiwe liyakubekwa khona endaweni yalo.
INkosi yanikela esandleni sakhe uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nenxenye yezitsha zendlu kaNkulunkulu , waziyisa ezweni laseShineyari endlini kankulunkulu wakhe, waziyisa izitsha endlini yengcebo kankulunkulu wakhe.