Skip to Content

"lokuduma"

8 occurrences in ZUL

lapho enzela imvula isimiso, nonyazi lokuduma indlela,

Ngubani ovulele ukuchichima kwamanzi umsele nonyazi lokuduma indlela,

Izwi lokuduma kwakho lalisesivunguvungwini ; imibani yakhanyisa izwe ; umhlaba wadikizela, wazamazama.

Ngokukhuza kwakho abaleka, ngezwi lokuduma kwakho ashesha asuka.

Wayesengiphakamisa uMoya , ngezwa emva kwami izwi lokuduma okukhulu, lathi: Mayibusiswe inkazimulo kaJehova endaweni yakhe;

Ngase ngibona lapho iWundlu livula ol unye lwezimpawu eziyisikhombisa, ngezwa esinye sezidalwa ezine sisho njengezwi lokuduma, sithi: Woza!

Ngase ngizwa izwi livela ezulwini , linjengezwi lamanzi amaningi nanjengezwi lokuduma okuk hulu; nezwi engalizwayo lalinjengelababetha amahabhu, bebetha amahabhu abo.

Ngase ngizwa kungathi izwi lesixuku esikhulu , linjengezwi lamanzi amaningi, nezwi lokuduma okunamandla , lithi: Haleluya! Ngokuba iNkosi uNkulunkulu wethu, uMninimandla onke, iyabusa.