Londoloza umphefumulo wami , ungikhulule; mawungangijabhisi, ngokuba ngiphephela kuwe.
Ukububula kwesiboshwa makuze ph ambi kwakho; londoloza ngobukhulu bengalo yakho asebengabantwana bokufa.
Londoloza umphefumulo wami , ngokuba ngingoqotho ; wena Nkulunkulu wami, sindisa inceku yakho ekwethembayo.