"lwesibili"
20 occurrences in ZUL
nasohlangothini lwesibili lwetabernakele , uhlangothi lwasenyakatho , amapulangwe angamashumi amabili,
Uhlangothi lwesibili lwetabernakele ngasohlangothini lwasenyakatho walwenzela amapulangwe angamashumi amabili,
Ngosuku lwesibili : amaduna ayishumi nambili , nezinqama ezimbili , nezimvu zamaduna eziyishumi nane ezinomnyaka munye ezingenasici,
uJehova wanikela iLakishi esandleni sakwa -Israyeli, walithatha ngosuku lwesibili, walichitha ngosiko lwenkemba kanye nabo bonke ababekulo njengakho konke abekwenzile kulo iLibina.
UBenjamini waphuma eGibeya ukuhlangabezana nabo ngosuku lwesibili , wabuye wabulala kubantwana bakwa -Israyeli amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke labo babehlome inkemba.
UJonathani wasuka etafuleni evutha ulaka , akadlanga kudla ngosuku lwesibili lwenyanga , ngokuba wayenosizi ngenxa kaDavide, lokhu uyise emhlazisile.
nezindebe ezingamashumi amathathu zegolide , nezindebe zesiliva zohlobo lwesibili ezingamakhulu amane neshumi, nezinye izitsha eziyinkulungwane.
Ngosuku lwesibili kwabuthana izinhloko zawoyise babantu bonke , nabapristi, namaLevi ku-Ezra umbhali ukuba baqaphele amazwi omthetho.
Inkosi yabuye yathi ku -Esteri ngosuku lwesibili lwedili lewayini : Isicelo sakho siyini , nkosikazi Esteri , na? Uyakusenzelwa. Yini oyifunayo na ? Kuyakwenziwa kuze kube nenxenye yombuso.
Ngosuku lwesibili uyakunikela ngempongo engenasici , ibe ngumnikelo wesono; bayakuhlambulula i-altare njengokulihlambulula ngenkunzi.
Kwase kuvela ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana; uBarnaba wathatha uMarku, wawelela eKhupro ngomkhumbi. Uhambo lwesibili lukaPawulu