UPetru waphendula, wathi kuye: Sichasisele lo mfanekiso.
Wayesethi kubo: Ngokabani lo mfanekiso nalo mbhalo na?
Wayesethi kubo : Aniwazi lo mfanekiso ; pho, niyakuyazi kanjani yonke imifanekiso na?
Kuthe esengene endlini , evela esixukwini, abafundi bakhe bambuza ngalowo mfanekiso.
Base befuna ukumbamba , kepha besaba isixuku ; ngokuba bazi ukuthi ukhulume lo mfanekiso ngabo. Base bemshiya bamuka. Intela kaKesari (Math. 22:15; Luk. 20:19)
Bamletha. Wayesethi kubo: Ngokabani lo mfanekiso nalo mbhalo na ? Bathi kuye: NgokaKesari.
Abafundi bakhe bambuza ukuthi ungaba yini lowo mfanekiso na?
UPetru wayesethi kuye: Nkosi, usilandisa thina lo mfanekiso nokuba bonke na?
Wayesebalandisa lo mfanekiso wokuthi : Umuntu othile wayenomkhiwane utshalwe esivinini sakhe; weza efuna isithelo kuwo, akasifumananga.
Wayesebalandisa lo mfanekiso, ethi:
Wayesekhuluma kwabathile ababezethemba ukuthi balungi le, bedelela abanye, ebalandisa lo mfanekiso ngokuthi:
Wayeseqala ukulandisa lo mfanekiso , ethi kubantu : Umuntu watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe isikhathi eside.
Ababhali nabapristi bafuna ukumbamba khona lapho, kepha besaba abantu, ngokuba bazi ukuthi uwukhulumile lo mfanekiso ngabo.
UJesu washo lo mfanekiso kubo ; kepha bona abezwisisanga ukuba kuyini lokho akukhuluma kubo.
Abafundi bakhe bathi kuye : Bheka, manje usukhuluma ngokusobala , awusakhulumi mfanekiso.
Kepha thina sonke esibuka ngobuso obambuliwe inkazimulo yeNkosi njengasesibukweni siyaguqulwa , sibe njengalowo mfanekiso ngokuya enkazimulweni, njengalokhu kumi ngeNkosi enguMoya.