"nabasegibithe"
7 occurrences in ZUL
Bambekela ukudla ngokwakhe , nalabo ngokwabo , nabaseGibithe abadla naye ngokwabo, lokhu abaseGibithe bangedle namaHeberu , ngokuba kuyanengeka kubo abaseGibithe.
Wawisa amasondo ezinqola ukuba bahambise kalukhuni , baze bathi abaseGibithe: Masibaleke ebusweni buka -Israyeli, ngokuba uJehova uyabalwela emelene nabaseGibithe.
Lapho bekhala kuJehova , wabeka ubumnyama phakathi kwenu nabaseGibithe, waluhambisa ulwandle phezu kwabo , wabasibekela; amehlo enu abona engakwenzayo eGibithe; nahlala ehlane izinsuku eziningi.
Kwathi sekuphelile lokho , izikhulu zasondela kimi , zathi: Abantu bakwa- Israyeli nabapristi namaLevi abazahlukanisanga nabantu bezizwe nezinengiso zabo, ezamaKhanani, namaHeti, namaPherizi, namaJebusi, nama-Amoni, nabakwaMowabi, nabaseGibithe, nama-Amori.
Ngiyakuvusa abaseGibith e ukuba bamelane nabaseGibithe, balwe, kube yilowo nalowo nomfowabo , kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe , umuzi nomuzi, umbuso nombuso.