"nabazalwane"
12 occurrences in ZUL
Wayesebaqhweba ngesandla ukuba bathule , wabalandisa ukuthi iNkosi imkhiphe kanjani etilongweni , wathi: Bikelani uJakobe nabazalwane lokhu . Wayesephuma, waya kwenye indawo.
kepha bengabafumani bamhudulela uJasoni kanye nabazalwane abathile kubaphathimuzi, bamemeza bathi : Laba abayaluzisa izwe lonke sebefikile nalapha,
ngakho makungabikho omdelelayo . Nize nimphelekezele endlel eni ngokuthula ukuba eze kimi, ngokuba ngimbhekile kanye nabazalwane.
Maqondana nomzalwane u -Apholo, ngamncenga kakhulu ukuba eze kini kanye nabazalwane ; kepha kwakungesiyo intando yakhe neze ukuba eze manje; kodwa uyakuza nxa enethuba.
kubo abaseKolose , abangcwele nabazalwane abakholwayo kuKristu ; makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu. UPawulu ubonga ukukholwa nothando lwabaseKolose
Kodwa siyaniyala, bazalwane, egameni leNkosi uJesu Kristu ukuba nizahlukanise nabazalwane bonke abahamba ngokungafanele , bengahambi ngomyalo eniwamukele kithina.
Base benikwa , kwaba yilowo nalowo ingubo ende emhlophe , kwashiwo kubo ukuba baphumule isikhashana, baze baphelele abayizinceku kanye nabo nabazalwane babo ababezakubulawa njengabo.