Kungcono ukuba nomoy a othobekileyo kan ye nabathobekileyo, kunokwabelana impango nabazidlayo.
beyizinyevuzi, nabazonda uNkulunkulu , nezidlova, nabazidlayo, nabazigabisayo, nabaqambi bokubi, nabangalaleli abazali,
ngokuba abantu bazakuba ngabazithandayo , nabathandimali, nabazigabisayo, nabazidlayo, nabahlambalazayo, nabangalaleli abazali , nabangabongiyo, nabahlazisayo,
Kodwa unika umusa ngokwenezela ; ngakho uthi : UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.
Ngokunjalo, nina basha , thobelani amalunga ; kepha nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.