kepha inyanga epheleleyo , ize iphume ngamakhala enu , inengeke kini , ngokuba nimlahlile uJehova ophakathi kwenu , nakhala phambi kwakhe ngokuthi: Saphumelani eGibithe na?
Nabuye nakhala phambi kukaJehova , kepha uJehova akalalelanga izwi lenu, kanizwanga.
Nacindezelwa ngam aSidoni, nama-Amaleki, namaMahoni, nakhala kimi , nganisindisa esandleni sawo.