OMose no-Eleyazare bamukela igolide kubo, namagugu asetshenziweyo.
Uyise wabanika izipho ezinkulu zesiliva nezegolide, namagugu kanye nemizi ebiyelweyo kwaJuda , kepha umbuso wawunika uJehoramu , ngokuba wayeyizibulo.
Abaningi baletha izipho kuJehova eJerusalema namagugu kuHezekiya inkosi yakwaJuda , waze waphakanyiswa emehlweni abo bonke abezizwe ngasemuva. Ukugula nokufa kukaHezekiya