"namanoni"
25 occurrences in ZUL
U-Isaka uyise waphendula, wathi kuye: Bheka, umuzi wakho uyakuba kude namanoni omhlaba namazolo ezulu avela phezulu.
Uyakuthabatha wonke umhlehlo osibekela izibilini , namanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni akuzo, ukushise e-altare.
Wothabatha ama noni enqama , nomsila ononileyo , nomhlehlo osibekela izibilini, namanoni esibindi , nezinso zombili namanoni akuzo , nomlenze wokunene, ngokuba kuyinqama yokwahlukaniselwa;
amadodana ka -Aroni, abapristi, ahlele izitho , nenhloko, namanoni, phezu kwezinkuni ezisemlilweni ophezu kwe-altare,
Alihlahlele izitho nenhloko yalo namanoni alo , umpristi akuhlele phezu kwezinkuni ezisemlilweni ophezu kwe-altare,
nezinso zombili namanoni akuzo angasezinkalweni , namanoni aphezu kwesibindi, ewasusa ngasezinsweni.
Wothabatha kuwo umhlatshelo weminikelo yokuthula , anikele ngomnikelo womlilo kuJehova amanoni awo , nomsila wonke ononileyo , awunqume eduze nomhlandla, namanoni asibekela izibilini, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini,
nezinso zombi li namanoni akuzo angasezinkalweni , namanoni aphezu kwesibindi, ewasusa ngasezinsweni.
nezinso zombili namanoni akuzo angasezinkalweni , namanoni aphezu kwesibindi, ewasusa ngasezinsweni.
nezinso zombili namanoni akuzo angasezinkalweni , namanoni aphezu kwesibindi, ewasusa ngasezinsweni,
nezinso zombili namanoni akuzo angasezinkalweni , namanoni aphezu kwesibindi, ewasusa ngasezinsweni,
Amanoni engcuba namanoni okudweshuliweyo angasebenza yonke eminye imisebenzi; kepha ningawadli nempela.
Wathatha onke amanoni aphezu kwezibilini , namanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni azo, uMose wakushisa e-altare.
Wawathatha amanoni , nomsila ononileyo , nawo onke amanoni aphezu kwezibilini, namanoni aphezu kwesibindi , nezinso zombili namanoni azo , nomlenze wokunene,
kepha amanoni nezinso namanoni aphezu kwesibindi emnikelweni wesono wakushisa e-altare, njengalokho uJehova emyalile uMose.
namanoni enkunzi nawenqama , nomsila ononileyo , nalawo asibekela izibilini, nezinso, namanoni esibindi,
Kwaphuma umlilo ngaphambi kukaJehova , waqeda umnikelo wokushiswa namanoni e-altare; sebekubona abantu bonke bananela, bakhothamela phansi ngobuso.
namangqanga ezinkomo , nobisi lwezimvu , namafutha amawundlu , nezinqama zohlobo lwaseBashani , nezimbuzi, namanoni omongo kakolweni ; egazini lezithelo zomvini waphuza iwayini.
Ngalona lolo suku inkosi yangcwelisa ingaphakathi legceke elalinga phambi kwendlu kaJehova , ngokuba wanikela lapho ngomnikelo wokushiswa , nangomnikelo wempuphu, nangamanoni eminikelo yokuthula, lokhu i-altare lethusi elaliphambi kukaJehova lalilincane ukuba liwamukele umnikelo wokushiswa, nomnikelo wempuphu, namanoni eminikelo yokuthula.
USolomoni wangcwelisa ingaphakathi legceke elalingaphambi kwendlu kaJehova, ngokuba wanikela lapho ngeminikelo yokushiswa namanoni eminikelo yokuthula , ngokuba i -altare lethusi ayelenzile uSolomoni lalingenakwanela umnikelo wokushiswa, nomnikelo wempuphu, namanoni.