"namasongo"
8 occurrences in ZUL
Kwathi amakamela eseqedile ukuphuz a, indoda yathatha icici legolide , isisindo salo siyinxenye yeshekeli , namasongo amabili ezandla zayo , isisindo sawo singamashekeli ayishumi egolide, yathi:
Kwathi esebone icici namasongo ezandleni zikadadewabo , wezwa amazwi kaRebeka udadewabo, ethi: Washo njalo lo muntu kimi, waya kulowo muntu; bheka, wayemi ngakuwo amakamela ngasemthonjeni.
Ngambuza ngathi : Wena uyindodakazi kabani na ? Wathi: Indodakazi kaBetuweli indodana kaNahori , amzalela yona uMilka ; ngase ngifaka icici emakhaleni akhe namasongo ezandleni zakhe.
Beza abesilisa nabesifazane, bonke abaqhutshwa yizinhliziyo zabo , baletha iziqhobosho namacici nezindandatho namasongo, izinto zonke zegolide , bonke ababenokunikela ngomnikelo wegolide kuJehova.
Wawukhandela amasongo amane egolide ezinyaweni zawo zozine , amasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo , namasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo.