Skip to Content

"namazinyane"

5 occurrences in ZUL

Uma uhlangana nesidleke senyoni endleleni phambi kwakho emthini noma siphansi, sinamazinyane noma sinamaqanda , unina efukamele amazinyane noma amaqanda, ungathathi unina kanye namazinyane,

Iyakubusiswa inzalo yesisu sakho , nezithelo zomhlaba wakho , nenzalo yezilwane zakho, nesanda sezinkomo zakho, namazinyane ezimvu zakho.

Inzalo yesisu sakho iyakuqalekiswa, nezithelo zomhlabathi wakho, nesanda sezinkomo zakho, namazinyane ezimvu zakho.

UJosiya wabanika abantu besizwe bonke ababekhona emihlambini amawundlu namazinyane ezimbuzi , onke abengaweminikelo yephasika , umumo uyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nezinkunzi eziyizinkulungwane ezintathu; lokho kwakungokwempahla yenkosi.

Unika izinkomo ukudla kwazo, namazinyane egwababa akhalayo.