"nangegazi"
7 occurrences in ZUL
UJehova unenkemba ; igcwele igazi , inonile ngamanoni nangegazi lamawundlu nelezimbuzi, nangamanoni ezinso zezinqama, ngokuba uJehova uyanikela eBosira, unokuhlaba okukhulu ezweni lakwa-Edomi.
Ohlaba inkunzi ebulala nomuntu, nohlaba iwundlu eyaphula nentamo yenja, nonikela ngomnikelo wempuphu , kepha enikela nangegazi lezingulube , noshisa inhlaka , ebonga nesithombe , yebo, laba bakhethile izindlela zabo , nemiphefumulo yabo iyathokoza ngezinengiso zabo.
Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Ngokuba uthululile amahloni akho , nobunqunu bakho bambulwa ngobufebe bakho nezithandwa zakho, nangenxa yazo zonke izithombe zezinengiso zakh o, nangegazi labantwana bakho owabanika lona,
Ngiyakumahlulela ngesifo nangegazi , nginise phezu kwakhe , namaviyo akhe, nabantu abaningi abanaye , imvula ekhukhulayo, namatshe esichotho, nomlilo, nesibabule.
lokhu ningenisile abezizwe abangasokile ngenhliziyo nabangasokile ngenyama ukuba babe sendlini yami engcwele , bayingcolise indlu yami, lapho ninikela ngesinkwa sami , nangamanoni, nangegazi, naphula isivumelwano sami ngazo zonke izinengiso zenu.