Abaseleyo bakini bayakonda ngobubi babo emazweni ezitha zenu , nangobubi bawoyise bayakonda kanye nabo.
Babuye bancipha, bathotshiswa ngokucindezelwa, nangobubi, nangosizi.
Phakamisela amehlo akh o emadulini angenalutho , ubone; kuphi lapho ongalalwanga khona na? Ngasezindleleni ubahlalele njengomArabiya ehlane, walingcolisa izwe ngobufebe nangobubi bakho.
Nkosi, ngakho konke ukulunga kwakho mawubuyise intukuthelo yakho nokufutheka kwakho emzini wa seJerusalema, intaba yakho engcwele, ngokuba ngenxa yezono zethu nangobubi bawobaba iJerusalema nabantu bakho sebe yihlazo kubo bonke abasizungezayo.