ngokuba ngiyabona ukuthi usenyongweni ebabayo nasekuboshweni kokubi.
nasekushayweni, nasekuboshweni, naseziyaluyalwini, nasekukhandlekeni, nasekuqwasheni, nasekuzileni ukudla,
Bayizikhonzi zikaKristu na ? Ngikhulumisa okohlanya -- ngiyiso kakhulu kunabo; ekukhandlekeni kakhulu kunabo , nasekuboshweni kaningi kunabo , nasekushayweni okukhulu impela, nasezingozini zokufa ngezikhathi eziningi.