Uyakubusiswa ekungeneni kwakho, ubusiswe nasekuphumeni kwakho.
Uyakuqalekiswa ekungeneni kwakho, uqalekiswe nasekuphumeni kwakho.
AmaLevi ayakuyizungeza inkosi nxazonke , yilowo nalowo abe nezikhali zakhe esandleni sakhe ; ongena endlini makabulawe ; yibani nenkosi ekungeneni kwayo nasekuphumeni kwayo.