Babehlezi ebumnyameni nasethunzini lokuf a beboshiwe osizini nasensimbini,
Wabakhipha ebumnyameni nasethunzini lokufa, wagqabula izibopho zabo.
isizwe esasihlezi ebumnyameni sibonile ukukhanya okukhulu , nababehlezi ezweni nasethunzini lokufa kuphumele kubo ukukhanya.
ukubakhanyisela abahlezi ebumnyameni nasethunzini lokuf a nokuqondisa izinyawo zethu endleleni yokuthula.