Wayesefika ekhaya; isixuku sabuthana futhi, ababe besaba nathuba lokudla nasinkwa.
Wabayala ukuba bangaphathi lutho lwendlela , kuphela udondolo lodwa , bangaphathi nasinkwa, nasikhwama, nathusi emixhakeni,
Wathi kubo : Ningaphathi luth o lwendlela , naludondolo, nasikhwama, nasinkwa, namali, ningabi namabhantshi amabili.