Skip to Content

"nawonkulunkulu"

10 occurrences in ZUL

Aniyikwenza lutho olungaphandle kwami ; onkulunkulu besiliva nawonkulunkulu begolide aniyikuzenzela bona.

Awuyikwenza sivumelwano nabo nawonkulunkulu babo.

funa wenze isivumelwano nabakhileyo ezweni , baye baphinge nawonkulunkulu babo, bahlabele onkulunkulu babo, omunye akumeme, udle umhlatshelo wakhe,

uthathele amadodana akho amadodakazi abo , amadodakazi abo aye aphinge nawonkulunkulu babo , enze ukuba amadodana akho aye aphinge nawonkulunkulu babo.

abaseGibithe be sembela onke amazibulo abo abulawa kubo nguJehova , uJehova ebahlulele nawonkulunkulu babo.

UJehova wathi kuMose : Bheka, wolala koyihlo ; laba bantu bayak usuka, baye ukuphinga nawonkulunkulu babezizwe abasezweni abaya kulo ukuba bahlale phakathi kwabo , bangishiye, basaphule isivumelwano engisenzile nabo.

Abantwana bakwa -Israyeli babuye benza okubi emehlweni kaJehova , babakhonza oBali , no-Ashitaroti, nawonkulunkulu base -Aramu, nawonkulunkulu baseSidoni , nawonkulunkulu bakwaMowabi , nawonkulunkulu babantwana bakwa -Amoni, nawonkulunkulu bamaFilisti , bamshiya uJehova, kabamkhonza.

Bamesaba uJehova , bakhonza nawonkulunkulu babo njengomthet ho wezizwe ababesuswe phakathi kwazo.

UJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Bheka, ngiyakujezisa u- Amoni waseNo , noFaro, neGibithe, nawonkulunkulu balo, namakhosi alo , yebo, uFaro nabamethembayo,

Nawonkulunkulu babo kanye nezithombe zabo ezibunjiweyo nezitsha zabo ezinxanelekayo zesiliva nezegolide uyakukuthumba , akuyise eGibithe , ayiyeke inkosi yasenyakatho iminyaka ethile.