Skip to Content

"ncane"

4 occurrences in ZUL

nensali yenani leminsalo yamaqhawe abaseKedari iyakuba ncane , ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ukhulumile.

Ngalokho, Nkulunkulu wethu , Nkulunkulu omkhulu onamandla owesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa , yonke le nkathazo mayingabi ncane ebusweni bakho esificile thina , namakhosi ethu , nezikhulu zethu , nabapristi bethu, nabaprofethi bethu, nawobaba, nabo bonke abantu bakho , kusukela esikhathini samakhosi ase-Asiriya kuze kube namuhla.

Kepha manje uJehova ukhulumile ukuthi: Phakathi kweminyaka emithathu njengeminyaka yomqashwa udumo lukaMowabi luyakudelelwa , noma enezixuku eziningi; insali iyakuba ncane kakhulu, ingabi namandla.

Ngokuba umbhede uyakuba mfushan e kunokuba umuntu enabe kuwo , nengubo ibe ncane kunokuba umuntu azisonge ngayo.