IMahoni, neKarmeli, neZifi, neJutha,
Izwe liyalila , lidangele; iLebanoni linamahl oni, liyabuna; iSharoni linjengehlane, iBashani neKarmeli kuyavuthulukisa.
Uyakhuza ulwandle , alomise, ashise nemifula yonke ; iBashani liyawuma kanye neKarmeli, nezimbali zaseLebanoni ziyabuna.