Uyakukufaka eqomeni linye , ukulethe ngeqoma kanye nenkunzi nezinqama zombili;
Thabatha u-Aroni namadodana akhe kanye naye , nezambatho, namafutha okugcoba, nenkunzi yomnikelo wesono , nezinqama zombili , neqoma lezinkwa ezingenamvubelo,
Waletha nenkunzi yomnikelo wesono ; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yenkunzi yomnikelo wesono.
nenkunzi nenqama zibe yiminikelo yokuthula , zihlatshwe phambi kukaJehova, nomnikelo wempuphu oxovwe namafutha , ngokuba namuhla uJehova uyabonakala kini.
Lapho abantu bomuzi bevuka ekuseni kakhulu , bheka, i-altare likaBali lase libhidliziwe, no-Ashera owayengakulo wayegawuliwe , nenkunzi yesibili yayinikelwe phezu kwe-altare elalakhiwe.