Ngokuba bengazi ukuthi unenkani , nentamo yakho ingumsipha wensimbi , nebunzi lakho liyithusi,
Ngokuba mina ngiyakwazi ukwambuka kwakho nentamo yakh o elukhuni; bheka, ngisekhona nani namuhla niyahlubuka uJehova ; kuyakuba kakhulu kangakanani emva kokufa kwami na?
Izihlathi zakho zinhle kangakanani zinezintambo zobuhlalu, nentamo yakho ineminaka.
Ohlaba inkunzi ebulala nomuntu, nohlaba iwundlu eyaphula nentamo yenja, nonikela ngomnikelo wempuphu , kepha enikela nangegazi lezingulube , noshisa inhlaka , ebonga nesithombe , yebo, laba bakhethile izindlela zabo , nemiphefumulo yabo iyathokoza ngezinengiso zabo.