Skip to Content

"neramoti"

7 occurrences in ZUL

iBeseri elisehlane ezweni lethafa libe ngowabakwaRubeni , neRamoti elikwaGileyadi libe ngowabakwaGadi , neGolanu eli seBashani libe ngowabakwaManase.

Phesheya kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga bamisa iBeseri ehlane ethafeni esizweni sakwaRubeni, neRamoti kwaGileyadi esizweni sakwaGadi , neGolanu eBashani esizweni sakwaManase.

Yathi kuJehoshafati : Uyakuhamba nami ukulwa neRamoti Gileyadi na ? UJehoshafati wathi enkosini yakwa -Israyeli: Mina nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho, amahhashi ami anjengamahhashi akho.

Inkosi yakwa -Israyeli yayisibutha abapr ofethi kungathi abantu abangamakhulu amane , yathi kubo : Ngihambe ngilwe neRamoti Gileyadi , noma ngiliyeke na ? Bathi: Yenyuka, ngokuba uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.

Esefikile enkosini , inkosi yathi kuye : Mikhaya, sihambe silwe neRamoti Gileyadi, noma siliyeke , na? Wathi kuyo: Yenyuka, ube nempumelelo ; uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.

neRamoti namadlelo alo, ne-Anemi namadlelo alo;

Esefikile enkosi ni, inkosi yathi kuye : Mikhaya, sihambe silwe neRamoti Gileyadi, noma ngiliyeke na ? Wathi: Khuphukani, nibe nempumelelo ; bayakunikelwa esandleni senu.