"nezibani"
13 occurrences in ZUL
uthi olucwengekileyo lwezibani nezibani zalo , izibani zihleliwe , nezinto zonke zalo, namafutha okukhanyisa,
Bayakuthabatha indwangu eluhlaza , balusibekele uthi lwezibani , nezibani zalo, nezizenze zalo, nezitsha zalo zomlotha , nezitsha zonke zalo zamafutha abakhonza ngazo kulo;
nezinti zezibani zegolide elicwengekileyo eziyisihlanu ngakwesokunene neziyisihlanu ngakwesokhohlo phambi kwegumbi , nezimbali, nezibani, nezindlawu, ngegolide,
nangesisindo sezinti zezibani zegolide kanye nezibani zazo zegolide , nesisindo salolo nalolo luthi lwesibani kanye nezibani zalo , nangesezinti zesiliva isisindo sothi kanye nezibani zalo njengomsebenzi walolo nalolo luthi;
nezinti zezibani kanye nezibani zazo ukuba zivuthe njengomthetho phambi kwegumbi, ngegolide elicwengekileyo,
bamshisela uJehova iminikelo yokushiswa nempepho ethaphukayo ekuseni nakusihlwa njalo , basihlela isinkwa sokubukwa etafuleni elihlanzekileyo , bokhela uthi lwezibani lwegolide nezibani zalo kusihlwa njalo, ngokuba thina sigcina imfanelo kaJehova uNkulunkulu wethu, kepha nina nimshiyile.
Yathi kimi: Ubonani na? Ngathi: Ngibona, bheka, uthi lwezibani luyigolide lonke, lunembizana yalo phezu kwal o, nezibani zalo eziyisikhombisa zikulo ; kukhona imibhobho eyisikhombisa kuleso naleso sibani esiphezu kwalo,