"nezimbali"
10 occurrences in ZUL
Masivuke ekuseni, siye ezivinini, sibone uma umvini uqhakazile , nezimbali zawo uma zivulekile, namapomegranati uma ekhahlele. Lapho ngiyakukunika uthando lwami.
Wolwenza uthi lwezibani ngegolide elicwengekileyo , uthi lwezibani olwenziwe ngomsebenzi okhandiweyo , nesiqu salo , namagatsha alo , izimbizana zalo, namasumpa alo, nezimbali zalo, konke kube kunye nalo.
Izimbizana ezintathu ezifaniswa nezimbali zemi-alimondi zibe kwelinye igatsha, isumpa nembali; izimbizana ezintathu ezifaniswa nezimbali zemi - alimondi zibe kwelinye igatsha , isumpa nembali; makube njalo kuwo onke amagatsha ayisithupha aphuma othini lwezibani.
Othini lwezibani kuyakuba khona izim bizana ezine ezifaniswa nezimbali zemi-alimondi, amasumpa azo nezimbali zazo,
Walwenza uthi lwezibani ngegolide elicwengekileyo , walwenza uthi lwezibani ngomsebenzi okhandiweyo , isinqe salo nesiqu salo ; izimbizana zalo, namasumpa alo, nezimbali zalo kwakukunye nalo.
Izimbizana ezintathu zafaniswa nezimbali zemi -alimondi kwelinye igatsh a, zinesumpa nembali; izimbizana ezintathu zafaniswa nezimbali zemi-alimondi kwelinye igatsha , zinesumpa nembali ; kwakunjalo kuwo onke amagatsha ayisithupha aphuma othini lwezibani.
Kwakukhona othini lwezibani izimbizana ezine ezifana nezimbali zemi- alimondi, zinamasumpa azo nezimbali zazo,