Skip to Content

"nezingubhu"

6 occurrences in ZUL

UDavide kanye nendlu yonke k a-Israyeli bathokoza ebusweni bukaJehova benezinto zonke zokubetha zomsayipuresi , namahabhu, nezingubhu, nezigubhu, nobuxhaka, namasimbali.

Ngemi-alimugi inkosi yenzela indlu kaJehova nendlu yenkosi izinsika kanye namahabhu nezingubhu zabahlabeleli ; imi-alimugi eminingi kangaka ayizange isafika, kayibonwanga futhi, kuze kube namuhla.

noZakariya, no-Aziyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, no-Uni, no-Eliyabe, noMahaseya, noBenaya ukuba babe nezingubhu ezilungiselwe i-Alamoti,

kusemi ngasempumalanga kwe -altare amaLevi, abahlabeleli bonke, kanye no-Asafa, noHemani, noJeduthuni, namadodana abo, nabafowabo, bembethe ilineni elicolekileyo , bephethe amasimbali , nezingubhu, namahabhu, kukhona kanye nabo abapristi abayikhulu namash umi amabili bekhalisa amacilongo

Ngemi-alimugi inkosi yenzela indlu kaJehova nendlu yenkosi izikhwelo , kanye namahabhu , nezingubhu zabahlabeleli; akuzange kubonwe phambili okunjengakho ezweni lakwaJuda.

Wawamisa amaLevi endlini kaJehova ephethe amasimbali , nezingubhu, namahabu njengesiyalezo sika Davide nesikaGadi umboni wenkosi nesikaNathani ump rofethi, ngokuba isiyalezo sasingesikaJehova ngesandla sabaprofethi bakhe.