Ngalokho abantu bami bayathunjwa bengazi , nabadumileyo babo bayalamba, nezixuku zabo zigangathekile ngokoma.
Kepha umpristi kaJupitheri oth empeli lakhe liphambi komuzi waletha izinkunzi nemigexo yezimbali ngasemasangweni , wafuna ukubahlabela ekanye nezixuku.
Yayisithi kimi: Amanzi owabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, angabantu, nezixuku, nezizwe, nezilimi.