noma kade ngingohlambalaza yo, nozingelayo, nohluphayo; kodwa ngahawukelwa ngokuba ngakwenza ngokungazi, ngokungakholwa.
kepha ngahawukelwa ngalokhu ukuze uJesu Kristu abonakalise kimi engingesikhulu konke ukubekezela kwakhe , ngibe yisibonelo kwabazakukholwa nguye, baze babe nokuphila okuphakade.