Skip to Content

"ngahlulele"

9 occurrences in ZUL

UJehova uyahlulela izizwe ; ngahlulele, Jehova, ngokulunga kwami nangobuqotho bami obukimi.

Ngahlulele, Jehova, ngokuba n gihamba ekulungeni kwami ; ngithemba uJehova, angiyikuntenga.

Ngahlulele ngokulunga kwakho, Jehova Nkulunkulu wami; mabangajabuli ngami.

Ngahlulele, Nkulunkulu ungimele endabeni yami esizweni esingenamusa, ngikhulule kumuntu wenkohliso nongenakulunga.

Nkulunkulu, ngisindise ngegama lakho, ngahlulele ngamandla akho.

Ngiyakunikhipha phakathi kwawo , ngininikele esandleni sabafokazi , ngahlulele phakathi kwenu.

ngiyakusindisa izimvu zami , azisayikuba yimpango , ngahlulele phakathi kwezimvu nezimvu.

Mabazivuse abezizwe , benyukele esigodini sikaJehoshafati , ngokuba ngahlulele bonke abezizwe nxazonke.

Uma umuntu ezwa amazwi ami engawalondi , lowo angimahluleli mina , ngokuba angizanga ukuba ngahlulele izwe, kepha ukuba ngisindise izwe.