Abantwana bakwaBenjamini abavela emizini babalwa ngalolo suku baba ngamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili n esithupha ahlome inkemba ngaphandle kwabakhileyo eGibeya ababalwa baba ngamakhulu ayisikhombisa, amadoda akhethiweyo.
USawule wahlala emaphethelweni aseGibeya phansi kompomegranati oseMigroni; abantu ababe naye babe ngamakhulu ayisithupha;
Amakhosi amaFilisti adlula ngamakhulu nangezinkulungwane ; uDavide nabantu bakhe badlula emuva kanye no-Akhishi.
Yayisithi inkosi kubo : Okuhle emehlweni enu ngiyakukwenza . Inkosi yema ngaseceleni kwesango , bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.
UJowabe wayesenika inkosi umumo wabantu ababaliweyo ; kwaba khona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezi ngamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba ; amadoda akwaJuda ayeyizinkulungwane ezingamakhulu ayisihlanu. Isifo
Bonke labo ababekhethiwe ukuba babe ngabalindisango babe ngamakhulu amabili neshumi nambili . Babhalwa ngezizukulwane emizaneni yabo , bamiswa ngoDavide noSamuweli umboni ezikhundleni zabo.
abantwana bakwaZathu: ngamakhulu ayisihiyagalolunye namashumi amane nanhlanu;
abantwana bakwaShefathiya : ngamakhulu amathathu namashumi ayisikhombisa nambili;
abantwana bakwa -Ara: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu;
abantwana bakwaZakayi : ngamakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha;
abantwana bakwaBani : ngamakhulu ayisithupha namashumi amane nambili;
abantwana bakwaBebay i: ngamakhulu ayisithupha namashumi amabili nantathu;
abantwana bakwa -Adonikamu ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha;
abantwana bakwa-Adini: ngamakhulu amane namashumi ayisihlanu nane;
abantwana bakwaBesayi : ngamakhulu amathathu namashumi amabili nantathu;
abantwana bakwaHashumi : ngamakhulu amabili namashumi amabili nantathu;
abantwana baseKiriyati Arimi , naseKhefira, naseBeyeroti: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amane nantathu;
abantwana baseRama naseGeba : ngamakhulu ayisithupha namashumi amabili nanye;
amadoda aseBethele nase -Ayi: ngamakhulu amabili namashumi am abili nantathu;
abantwana bakwaHarimi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili;
abantwana baseLodi naseHadidi nase -Ono: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amabili nanhlanu;
abantwana baseJeriko : ngamakhulu amathathu namashumi amane nanhlanu;
Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa : ngamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu;
Onke amaNethini nabantwana bezinceku zikaSolo moni babe ngamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nambili.
abantwana bakwaShefathiya : ngamakhulu amathathu namashumi ayisikhombisa nambili;
abantwana bakwa -Ara: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisihlanu nambili;
abantwana bakwaZathu : ngamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amane nanhlanu;
abantwana bakwaZakayi : ngamakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha;
abantwana bakwaBinuwi : ngamakhulu ayisithupha namashumi amane nesishiyagalombili;
abantwana bakwaBebayi : ngamakhulu ayisithupha namashumi amabili nesishiyagalombili;
abantwana bakwa -Adonikamu: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesikhombisa;
abantwana bakwa -Adini: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisihlanu nanhlanu;
abantwana bakwaHashumi : ngamakhulu amathathu namashumi amabili nesishiyagalombili;
abantwana bakwaBesayi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili nane;
amadoda aseKiriyati Jeharimi , naseKhefira, naseBeyeroti: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amane nantathu;
amadoda aseRama naseGeba: ngamakhulu ayisithupha namashumi amabili nanye;
abantwana bakwaHarimi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili;
abantwana baseJeriko : ngamakhulu amathathu namashumi amane nanhlanu;
abantwana baseLodi , naseHadidi, nase-Ono: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amabili nanye;
Abapristi: abantwana bakwaJedaya , abendlu kaJeshuwa : ngamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu;
Onke amaNethini nabantwana bezinceku zikaSolomoni babe ngamakhulu amathathu namashumi ayisihiyagalolunye nambili.
abantwana bakwaDelaya , nabantwana bakwaThobiya , nabantwana bakwaNekhoda: ngamakhulu ayisithupha namashumi amane nambili.
Umuzi uyakuba namadlelo : ngasenyakatho ngamakhulu amabili namashumi ayisihlanu , nangaseningizimu amakhulu amabili namashumi ayisihlanu, nangasempumalanga amakhulu amabili namashumi ayisihlanu , nangasentshonalanga amakhulu amabili namashumi ayisihlanu.
Base behlala phansi amaviyo ngamaviyo , kwaba ngamakhulu nangamashumi ayisihlanu.