ngazenzela izivande namahlathi , ngatshala khona imithi enezithelo zezinhlobo zonke,
Seziyakwazi izizwe ezisel e nxazonke zenu ukuthi mina Jehova ngakhile izindawo ezidiliziweyo , ngatshala lokhu okukade kwakuyincithakalo; mina Jehova ngikhulumile, ngiyakukwenza.
Mina ngatshala, u-Apholo wanisela, kepha uNkulunkulu wakhulisa.