Skip to Content

"ngeduna"

6 occurrences in ZUL

Uma umnikelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wemihlambi , uyakunikela ngeduna elingenasici , anikele ngalo ngasemnyango wetende lokuhlangana , aze amukeleke kuJehova.

Uma umnikelo wakhe ungowemihlambi , owasezimvini noma owasezimbuzini, ube ngu mnikelo wokushiswa, wonikela ngeduna elingenasici.

lapho isono abone ngaso sesaziwe , ibandla liyakunikela ngeduna libe ngumnikelo wesono, lililethe phambi kwetende lokuhlangana.

ukuze namukeleke , wonikela ngeduna elingenasici lezinkomo , elezimvu noma elezimbuzi.

kuyakuthi uma kwenziwe kungengamabomu , futhi kungesemehlweni enhlangano, inhlangano yonke inikele ngeduna libe ngumnikelo wokushiswa wephunga elimnandi kuJehova kanye nomnikelo wayo wempuphu , nomnikelo wayo wokuphuzwa ngokomthetho , nempongo ibe nye , ibe ngumnikelo wesono.

Lapho usuqede ukulihlambulula , uyakunikela ngeduna elingenasici nangenqama yezimvu engenasici.