Skip to Content

"ngemilingo"

5 occurrences in ZUL

Khona uFaro wabiza izihlakaniphi nabalumbi ; izanusi zaseGibithe nazo zenze njalo ngemilingo yazo.

Izanusi zaseGibithe zenze njalo ngemilingo yazo , yaze yaba lukhuni inhliziyo kaFaro; kabalalelanga, njengalokho eshilo uJehova.

Izanusi zenze njalo ngemilingo yazo, zenyusela amasele ezweni laseGibithe.

Nezanusi zenze njalo ngemilingo yazo ukuba ziveze omiyane , kepha zahluleka. Omiyane babe khona kubantu nasezinkomeni.

babenamathela kuye , ngokuba ebamangalisile isikhathi eside ngemilingo yakhe.