Skip to Content

"ngendwangu"

6 occurrences in ZUL

Kepha izwi lafinyelela enkosini yaseNineve ; yasukuma esihlalweni sayo sobukhosi, yakhumula ingubo yayo , yazimboza ngendwangu yamasaka , yahlala phansi emlotheni.

kepha bambozwe ngendwangu yamasaka , umuntu nesilwane , kukhalwe kuNkulunkulu ngamandla, yebo, kubuyiswe yilowo nalowo endleleni yakhe embi nasebudloveni obusezandleni zakhe.

UJosefa wasithatha isidumbu, wasisonga ngendwangu enhle ehlanzekileyo,

Yasehlisa, yasisonga ngendwangu enhle , yasibeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, lapho kungakabekwa muntu khona.

Emva kwalokho wathela amanzi emcengezini , waqala ukugeza izinyawo zabafundi, wazesula ngendwangu abekhwice ngayo.

asenzi njengoMose owamboza ubuso bakhe ngendwangu, ukuze abantwana bakwa-Israyeli bangakubuki ukugcina kwalokho obekuzakuphela.