anongenisana ngenjabulo, ningakhononi,
Umuhle, umnandi kangakanani wena othandwa ngenjabulo!
Ngokuba uyibeka ukuba ibe yisibusiso kuze kube phakade ; uyithokozisa ngenjabulo ebusweni bakho.
Wena uyindawo yami yokucasha ; uyangilondoloza ngingahlupheki ; ungiphahla ngenjabulo yokukhululwa. Sela
Mhubeleni ngenjabulo uNkulunkulu, mhlaba wonke.
Sibusisiwe isizwe esikwazi ukuhlabelela ngenjabulo ; siyahamba, Jehova, ekukhanyeni kobuso bakho.
Wozani simhubele uJehova , sihlabelele ngenjabulo kulo idwala lensindiso yethu.
Hlokomani kuJehova ngezwi lokuhalalisa, nihlabelele ngenjabulo, nihube.
Abantu bakho bayazinikela ngenjabulo ngosuku lwempi yakho ; ebuhleni bobungcwele abasha bakho bavela njengamazolo esizalweni sokusa.
Abapristi balo ngiyakubembesa insindiso; abangcwele balo bayakumemeza nokumemeza ngenjabulo.
Thokozani kanye neJerusalema , nilethabele nina nonke enilithandayo ; jabulani ngenjabulo kanye nalo nina nonke enilililelayo,
UNkulunkulu wethemba makanigcwalise ngenjabulo yonke nangokuthula konke ekukholweni, ukuze nivame ethembeni ngamandla kaMoya oNgcwele. UPawulu uchaza umsebenzi wakhe
Ngokuba abayiziwula nibabekezelela ngenjabulo , lokhu ningabahlakaniphileyo,