Abantwana bakwa-Israyeli ababachithanga, ngokuba izikhulu zenhlangano zazifungile kubo uJehova uNkulunkulu ka -Israyeli. Yonke inhlang ano yakhonona ngezikhulu.
Phakamisa wena isililo ngezikhulu zakwa-Israyeli, uthi:
Nalo lamukiswa , laya ekuthunjweni , nezingane zalo zachotshozwa ezingosini zazo zonke izitaladi ; benza inkatho ngezikhulu zalo , nabo bonke abakhulu balo baboshwa ngamaketanga.