Skip to Content

"ngikubaba"

4 occurrences in ZUL

Kepha uma ngiyenza , nakuba ningakholwa yimi , kholwani yimisebenzi , ukuze nazi, niqonde ukuthi uBaba ukimi, nami ngikuBaba.

Awukholwa ukuthi ngikuBaba , noBaba ukimi , na? Amazwi engiwakhulumayo mina kini angiwakhulumi ngokwami; kepha uBaba ohlezi kimi wenza imisebenzi yakhe.

Kholwani yimi ukuthi ngikuBaba , noBaba ukimi ; uma kungenjalo , kholwani ngenxa yale misebenzi.

Ngalolo suku niyakukwazi nina ukuba ngikuBaba , nani nikimi , nami ngikini.