Mina ngiyakuba yisibambiso sakhe ; uzakumbiza esandleni sami ; uma ngingambuyiseli kuwe , ngimbeke ebusweni bakho , ngiyakuba necala kuze kube phakade,
Ngenxa yokubandezeka kwabahluphekiley o nangokububula kwabampof u ngizakuvuka kalokhu , usho uJehova , ngimbeke ekusindisweni akulangazelelayo.
Ngimbeke uJehova njalo phambi kwami , ngokuba ungakwesokunene sami, angiyikuzanyazanyiswa.
ngibhekise ubuso bami bumelane nalowo muntu , ngimbeke abe yisibonakaliso nesaga , ngimnqume, asuke phakathi kwabantu bami , nazi ukuthi nginguJehova.
funa ngimhlubule abe nqunu , ngimenze njengasosukwini lokuzalwa kwakhe, ngimenze ihlane , ngimbeke abe njengezwe elomile yo, ngimbulale ngokoma.