"nginani"
10 occurrences in ZUL
Ningayesabi inkosi yaseBabele eniyesabayo ; ningayesabi, usho uJehova , ngokuba nginani ukuba nginisindise, nginophule esandleni sayo.
Wayesekhuluma uHag ayi, isithunywa sikaJehova , ngesimemezelo sikaJehova kubantu, wathi: Nginani, usho uJehova.
Kepha qina manje , Zerubabele, usho uJehova , U be namandla , Joshuwa, ndodana kaJehosadaki , mpristi omkhulu , niqine nonke nina bantu bezwe , usho uJehova, nisebenze ngokuba nginani, usho uJehova Sebawoti.
UJesu waphendula wathi : O! sizukulwane esingakholwayo nesiphambeneyo, koze kube nini nginani na ? Koze kube nini nginibekezelela na? Yiletheni lapha kimi.
nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho ; bhekani, mina nginani izinsuku zonke kuze kube sekupheleni kwezwe.
Waphendula wathi: O sizukulwane esingakholwayo, koze kube nini nginani na? Koze kube nini nginibekezelela na? Yiletheni kimi.
UJesu waphendula wathi: O sizukulwane esingakholwayo nesiphambeneyo, koze kube nini nginani, nginibekezelela, na? Yilethe lapha indodana yakho.