Bheka, uyangidlula, ngingaboni; uyagudla, ngingezwa.
Ngalokho ukhalo lwami lugcwele imihelo ; inkwantshu ingibambile njengenkwantshu yobelethayo ; ngikhonkobele ukuba ngingezwa , ngiphele amandla ukuba ngingaboni.
Kwathi njengalokho wamemeza , bona bengezwanga , kanjalo, usho uJehova Sebawoti, bayakumemeza bona, ngingezwa mina.